Browse Results

Showing 26 through 50 of 176 results

Imali Yezipoki

by Sandile Ngwenya

Lena yindaba kaSgegede omkhulu wakhe wayengcwatshwe nezindathane zemali, ohlolelwa yinyanga aphinde aphuphe uyisemkhulu uMuzikayifani emnikeza umcebo. Ugubha lo mcebo wemali yakudala ethuneni elisendlini yezinja epulazini asebenza kulo nalapho uyisemkhulu ayesebenza khona. Ngosizo lomngani onguchwepheshe wezamakhompiyutha uyaphumelela ukuyishintsha le mali eGoli. Ukuqubuka esikhaleni kwakhe nomuzi wakubo obudla imbuya ngothi, kudonsa amehlo, kuvuse nomona ongayiwa. Unembeza uyamudla uSgegede. Izimbangi zakhe ngalo mcebo zilahlisa ithemba ngekusasa eliqhakazile. Inyanga enolwazi ngalo mcebo, abantu abangaziwa ngisho namaphoyisa imbala awufuna ngamehlo abomvu lo mcebo. Ingabe iyozala nkomoni...

Imfihlo yaseMapungubwe kanye nezinye izindaba

by Barbara Herbert Bob Herbert and Ruth Pressler

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Imibala eyisikhombisa yothingo lwenkosazana

by Caren Echesa – TRANSLATED BY Pumla Mdontswa

Isizulu – First words

Imibala Yothando

by Dumisani Hlatswayo

UBhejasi Khoza aphume ngesango lesikole ekhabuzela. Ngemuva ulandelwa yisixongololo sabafana bezikhothane abazibiza, ngamaDiamonds. Baphikelele kudekude eJabulani Mall nokuyilapho bayoqhudelana khona nelinye iqembu lezikhothane, amaBlingstas. Selokhu kwathi nhlo uSinenhlanhla akakaze ezwe ngomqhudelwano wokukhothana. “Sne, kufanele nathi sihambe siyobona laba bafana bezikhothane ukuthi bakhothana kanjani.” Kuhlongoze umngani kaSinenhlanhla, uThando Mabhena. Kusuke isidumo lapho sekuqhudelwana. Kuthelwane ngawe jusi kanti futhi kuphonswane nangawe khekhe. Kuthe lapho uBhejasi esebona nobuso obuhle bukaSinenhlanhla esixukwini sababukele, abe nomunye umfutho nje. Phela ukuthi uyazifela ngoSinenhlanhla kuyobe kungukwengula phezulu nje: uyomthanda iShayina ize ihlangane ne-Afrika, kanti nemifula ize yeqe ngale kwezintaba! Yize noma kuthiwa ayikho intombazane engala uBhejasi bese kugcine yona, kwangathi lapha kuntombi kaNjilo kuthanda ukuba ngumqansa. Yingoba uSinenhlanhla akayena uthathekile njengamanye amantombazane aseSoweto. Usebenza ngokuzikhandla esikoleni kanti futhi uzimisele nokuphumelelisa amaphupho akhe. Ngisho kwabukhazikhazi nobulengalenga bukaBhejasi abusho lutho nje lapha kuye. Kazi iyozala nkomoni!

Imizwa

by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi – TRANSLATED BY Doris Dingiso

Isizulu – First words

Impicabadala: UBC uncontracted (Isizulu Ser.)

by Dlamini

Ukwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo. Divorce has adverse effects on the children of the divorced couple. It becomes even worse when the said parents remarry.

Indaba kajojo omncane

by Leo Daly — Translated by Pumla Mdontswa

isiZulu— First sentences

Indlovu eyayithanda izinto

by Judith Baker and Lorato Trok — Zimbili Dlamini

isiZulu — First sentences

Indoda ende elingana nendlulamithi

by Corneliuns Gulere — Transleted by Swarathe Violin

isiZulu — First sentences

Ingadi esayishiya eCongo

by Christelle X TRANSLATED BY Zanele Zuma

Isizulu – First sentences

Ingane kaKumbana

by Ingrid Schechter TRANSLATED BY Umlazi Intermediate Teachers

Isizulu – First sentences

Inja encane

by Val Morris TRANSLATED BY Zimbili Dlamini

Isizulu – First sentences

Inja kaDennis

by Merdi K TRANSLATED BY Zanele Zuma

Isizulu – First sentences

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC contracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC uncontracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Inyanga nekepisi

by Noni TRANSLATED BY Zimbili Dlamini

Isizulu – First words

Isihlahla esihambayo

by Gordon hart and Sean Hart Translated by — Cynthia Nxele

isiZulu — First sentences

Isijeziso

by Adelheid Marie Bwire TRANSLATED BY Foundation phase teachers Umlazi

Isizulu – First sentences

Isijeziso

by Adelheid Marie Bwire TRANSLATED BY Zanele Ndlovu and Zanele Zuma

Isizulu – First sentences

Isiko Nelungelo: UBC Contracted

by Nelisiwe Zulu

Isiko nelungelo – incwadi ewumdlalo ebhalwe nguNelisiwe Zulu. Umdlalo ogqamisa isiko kanye nelungelo. Abadlali abasemdlalweni babonakala ngokuthi balandele okukodwa kulokhu okugqanyisiwe. Lapha kudidiyelwe impilo yesikhathi sakudala kusabusa kukhonjwa ngophakathi kanye nesempilo yanamuhla lapho abantu sebebuswa amalungelo nonembeza. Umdlalo ogabe ngobummeleli, obumbangi nobelekeleli. Zifundele wona ukusukela esingenisweni uze ufinyelele esiqongweni sawo. Zikhethele mfundi ukuthi wena uhambisana nesiko noma ilungelo. Funda lo mdlalo ngesineke mfundi.

Isiko Nelungelo: UBC Uncontracted

Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Contracted

by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi

• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.

Refine Search

Showing 26 through 50 of 176 results