Uju Lwezinkondlo: UEB Contracted
By: and
Sign Up Now!
Already a Member? Log In
You must be logged into Bookshare to access this title.
Learn about membership options,
or view our freely available titles.
- Synopsis
- Uju Lwezinkondlo yi-antoloji eyiqoqo lezinkondlo ezibhalwe izimbongi ezehlukene. Yenzelwe ukusiza abafundi ukuba bafunde futhi baqonde ubunkondlo eBangeni le-12, Iqoqo libhalwe lagxiliswa ngokwezidingo zonke izidingo zohlelo lwemfundo i-CAPS. Uju Lwezinkondlo: • ihlelwe ngokomongo noma ingqikithi yezinhlobo zezinkondlo ukuze kubelula ukuqonda isakhiwo sezinkondlo • inomlandompilo wezimbongi ezikuleli qoqo lezinkondlo, ukwelekela abafundi ukuba bazi kabanzi ngempilo yezimbongi ukuze umsebenzi wezimbongi bawazi futhi bawuqonde kangcono • inencazelomagama (iglosari) etholakala ekugcineni kwebhuku, ukusiza umfundi ukuba aqonde amagama anqala obunkondlo asetshenziswe ngenkathi kuhlaziywa inkondlo ngayinye • inamanothi afundisayo ukusiza umfundi ukuba azi ukuthi inkondlo ihlaziywa kanjani ngokwemigomo yohlelo lwemfundo mayelana nokufundiswa kwezinkondlo ngokuphelele • inemibuzo nezimpendulo ukusiza umfundi ukuba azilolonge ngemibuzo, abheke futhi ezimpendulweni ukuthi bekumele aphendule kanjani, ngaleyo nabo akwazi ukuzimakela umsebenzi azenzela wona. Le antoloji yezinkondlo iwusizo olukhulu kumfundi osendleleni yokubhekana nezidingo zobunkondlo obunzulu kanye nokubhala izivivinyo ngempumelelo.
- Copyright:
- 2015
Book Details
- Book Quality:
- Excellent
- Book Size:
- 358 Pages
- ISBN-13:
- 9781928292098
- Publisher:
- Marang Publishers
- Date of Addition:
- 05/16/23
- Copyrighted By:
- Marang Publishers
- Adult content:
- No
- Language:
- Zulu
- Has Image Descriptions:
- No
- Categories:
- Poetry, Literature and Fiction
- Submitted By:
- Ntungufhadzeni Muguru
- Proofread By:
- Ntungufhadzeni Muguru
- Usage Restrictions:
- This is a copyrighted book.