Oxford Inkanyezi Incwadi Yomfundi Ibanga 12: UBC Contracted
By: and and and and and
Sign Up Now!
Already a Member? Log In
You must be logged into Bookshare to access this title.
Learn about membership options,
or view our freely available titles.
- Synopsis
- I-Oxford Inkanyezi uhlelo loLimi lwaseKhaya olunothisiwe, olusetshenziswa ngothisha abafundisa lolu limi eNingizimu Afrika yonke. Konke okuqukethwe yilolu hlelo kunohlonze, kanti futhi kuphinde kugcwalise izidingo ze-CAPS. Izindikimba zihlelwe ngendlela yokuthi zihambelane nezidingo zeCAPS. Lokhu kwenza kube lula ukusebenzisa lolu chungechunge lwezincwadi. Inika abafundi isisekelo esinohlonze esizobasiza ukuzilungiselela ukuphumelela ngamalengiso ekuhlolweni kwabo. Uma usuke wazisebenzisa izincwadi ze-Oxford Inkanyezi, kuyohlala kuyizona oyozikhethela impumelelo yakho egunjini lokufunda nasekuhlolweni. Othisha basebenzisa i-Oxford Inkanyezi ngoba: • okuqukethwe kule ncwadi kunothile, kumayelana nezimpilo zabafundi, kudidiyela futhi kuhlanganisa bonke abafundi ukuqinisekisa ukuthi bahlala benomdlandla wokufunda onyakeni wonke • imisebenzi yokwengeza nokwelekelela ibandakanya abafundi abasemazingeni okufunda ahlukene • ukugxilisa okufundisiwe ngokwenza imisebenzi kunika abafundi ithuba lokuzejwayeza kanye nokugxilisa amakhono okuyiwona asemqoka • imisebenzi emayelana nemibhalo yobuciko inika abafundi ithuba lokuthuthukisa ikhono lokuhlaziya imibhalo • isahluko esinezikhali siqukethe amathiphu okuhlola azosiza abafundi ukuthola ulwazi olusemqoka, amathiphu, kanye namakhono abangawasebenzisa uma bezisebenzela ngokwabo ukulungiselela ukuhlolwa nokuphasa ngamalengiso ekuhlolweni kwabo • amaphepha okuhlola ayizibonelo, anika abafundi ithuba lokuzejwayeza indlela yokubuza futhi abacijela ukuhlolwa kwabo • wonke amathuluzi okuhlela enziwe, futhi ayafothokhopheka, onga isikhathi sikathisha aphinde asize ukuqinisekisa ukuthi ijubane abafundisa ngalo abafundi liyilona • uhlelo lokuhlola lunika othisha umhlahlandlela ocacile kanye nezikhali ezilungele ukusetshenziswa ekuhloleni okumiselwe imigomo kanye nasekuhlolweni kwaphakathi nokwasekupheleni konyaka. I-Oxford Inkanyezi inalezi zingxenye ezilandelayo: Incwadi Yomfundi, Isiqondiso Sikathisha kanye neCD yamahhala ukulekelela othisha.
- Copyright:
- 2013
Book Details
- Book Quality:
- Excellent
- Book Size:
- 680 Pages
- ISBN-13:
- 9780199058235
- Publisher:
- Oxford University Press Southern Africa (Pty) Ltd
- Date of Addition:
- 05/15/23
- Copyrighted By:
- Oxford University Press Southern Africa (Pty) Ltd
- Adult content:
- No
- Language:
- Zulu
- Has Image Descriptions:
- No
- Categories:
- Nonfiction, Language Arts
- Submitted By:
- Ntungufhadzeni Muguru
- Proofread By:
- Ntungufhadzeni Muguru
- Usage Restrictions:
- This is a copyrighted book.
Reviews
Other Books
- by T. Buthelezi
- by J. Hadebe
- by F. Kheswa
- by M. Khumalo
- by N. Mlangeni
- by H. Ngema
- in Nonfiction
- in Language Arts