Browse Results

Showing 126 through 150 of 176 results

Zibanjwa Zisemaphuphu Inoveli Namanothi: UBC contracted

by Mm Masondo

Baqinisile abadala uma bethi zibanjwa zisemaphuphu. Le ndaba ibhalelwe intsha esafunda isikole, ibhalwe ngolimi olusezingeni eliphezulu futhi iheha ngangokuthi ngeke uyibeke phansi uma usuke wayithatha wayifunda. Kusa kusa. Kule ndaba sethulelwa intombazane esencane enguNomusa edabuka esabelweni nezithola isiyofunda esikoleni samabanga aphakeme edolobheni. Ngabe kwenzekani uma e ka esikoleni esisha esisedolobheni? Ngabe uyaguquka yini uma e ka kulesi sikole? Ngabe uyashesha ukwejwayela? Ngabangani abanjani ahlangana nabo? Indaba iyenzeka ngenkathi kunemidlalo eyahlukene lapho abafundi bekhombisa amakhono abo kwezemidlalo. UNomusa simthola ehlangana nomfana ocula umculo kamasikandi ofunda khona lapho kuleso sikole. Ngabe ukuthatheka kwakhe yilo mculi osafufusa kumlethela ziphi izinkinga? Bagcina beluhlobo luni lwabangani laba ababili? Ngabe bagcina bengabangani nje noma bagcina sebedlala ngegeja kuziliwe? Othisha, umphakathi kanye nabanye babafundi bayibheka ngaliphi iso le ndaba? Ngabe bathola miphi imiphumela ngalokhu kujaha kwabo izinto ezindala kunabo? Zonke izimpendulo zale mibuzo ungazitholela ngokuthi uzifundele wena mathupha le ncwadi!

Zibanjwa Zisemaphuphu Inoveli Namanothi: UBC uncontracted

Izinkwazi ZoThukela IsiZulu Poetry Anthology: UBC contracted

by Londi P. M. Makhanya

Leli yiqoqo lezinkondlo eziqokelwe ukufundwa ebangeni le-12. Ingxenye yokuqala inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lwaseKhaya. Ingxenye yesibili inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lokuQala olweNgeziwe.

Izinkwazi ZoThukela IsiZulu Poetry Anthology: UBC uncontracted

by Londi P. M. Makhanya

Leli yiqoqo lezinkondlo eziqokelwe ukufundwa ebangeni le-12. Ingxenye yokuqala inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lwaseKhaya. Ingxenye yesibili inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lokuQala olweNgeziwe.

Usumenyezelwe-ke Umcebo IsiZulu Novel Eyezikole: UBC uncontracted

by M. J. Mngadi

UNomvula ongumsebenzi wasemajalidini, uwina imali engaphezu kwezigidi ezimbili zamarandi emjahweni wamahhashi. Lokhu kungukuqala kwezinkinga empilweni yakhe. Le noveli iqokelwe ukufundwa ebangeni leshumi nambili. Kukhona izibonelo zemibuzo nezimpendulo.

Usumenyezelwe-ke Umcebo IsiZulu Novel Eyezikole: UBC contracted

by M. J. Mngadi

UNomvula ongumsebenzi wasemajalidini, uwina imali engaphezu kwezigidi ezimbili zamarandi emjahweni wamahhashi. Lokhu kungukuqala kwezinkinga empilweni yakhe. Le noveli iqokelwe ukufundwa ebangeni leshumi nambili. Kukhona izibonelo zemibuzo nezimpendulo.

AWUWELWA UMNGENI!: UBC Contracted

by Mlindeli Gcumisa

Lona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni.

AWUWELWA UMNGENI!: UBC Uncontracted

by Mlindeli Gcumisa

Lona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni. Ngaphandle kwempi yakwaVimbingwenya udaba lwaze lwaxazululeka enkantolo yamajaji eMgungundlovu lapho lamthetha khona uSalimani icala ngaphandle kokuchitheka kwegazi okubabazekayo.

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 10 Contracted: UBC Contracted

by A B Mahlangu N F Mbhele S E Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner Book).

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 10 Uncontracted: UBC Uncontracted

by A B Mahlangu N F Mbhele S E Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner Book).

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 11 Contracted: UBC Contracted

by A. B. Mahlangu N. F. Mbhele S. E. Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher's Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner's Book). Indlela yokufundisa etholakala kule ncwadi yakhelwe esisekelweni sokwazi nokuqonda ukuthi kufundiswa kanjani. Ukulalela Imisebenzi yokulalela mihle futhi izithinta zonke izinhlobo ezahlukene zokulalela ezifana nokulalelela ulwazi oluthile, ukulalelela ukuncoma, ukulalelela ukuhlaziya okunzulu nokuhluza. Izakhiwo Nezimiso Zolimi Izakhiwo Nezimiso Zolimi zifundiswa futhi zihlolwe ngokuqukethwe endabeni. Ukubhala Izinhlobonhlobo zemibhalo emide nemifishane zikhona kule ncwadi futhi abafundi banikezwa izibonelo ngaphambi kokuba bazibhale. Ikomidi Labacwaningi lika-2012

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 11 Uncontracted: UBC Uncontracted

UMoses nenkawu kanye Ubungani obungajwayelekile

by Jenny Seed and Linda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Izinsuku ezintathu ehlanzeni kanye Amakhono okuzisindisa empilweni uqobo

by Margot Long and Linda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Ukwangiwa okukhulu kanye Imithi ngaphansi kwe-microscope

by Gillian Leggat and Linda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Ozekamanzi abaluhlaza okwesibhakabhaka kanye okudukisa abafundi endabeni

by Margaret Long and Linda Michell

isiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6

Idolobhakazi lamatende kanye nezinye izindaba

by Jenny Seed and Ruth Pressler

IsiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6

Izibankwa ezesabisayo kanye Amadayinaso e-Science Fiction

by Rosemary Golding and Ruth Pressler

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

U-Orville kanye noWilbur kanye UNgcede undiza ukubadlula bonke

by Jim Draper and Linda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Imfihlo yaseMapungubwe kanye nezinye izindaba

by Barbara Herbert Bob Herbert and Ruth Pressler

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Babekwenza Kanjalo kanye Indlela okwenziwa ngayo namuhla

by Connie Septembe and Ruth Pressler

isiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6

Ubuwena obuphilile! kanye Imidlalo yamavidiyo: Imnadi noma yimbi?

by Margot Long andLinda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Umakhelwane othanda izindaba zabanye abantu kanye nezinye izindaba

by Rosemary Golding and Ruth Pressler

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Ubhuku Lwamanqe: UEB Contracted

by E J Mhlanga

Lena yincwadi yomdlalo okusetshenziswe kuwo abalingiswa abazithola bebhekene nezinkinga nengcindezi kanye nezinselelo zempilo yobugebengu obuhleliwe okwenza balokhu bebisha kancane kancane emsingeni olubhuku lwamanqe ukuze ekugcineni kuzuze wona. Okuhlala obala ukuthi laba balingiswa basuka bengaboni ukuthi izinyosi zidla uju lwazo baphinde bakhohlwe ukuthi kalikho iqili elazikhotha emhlane kanti yonke imfihlo empilweni inendlela evela ngayo nangemuva kweminyakanyaka leso sigameko senzeka. Zifundele mfundi ukuze ukwazi ukuzihlaziyela ngezinqumo abazithathayo ezigcina ngakho ukubagqiba kumlindashoba wezingqinamba zempilo. Yibhuku eliqukethe: • Izidingo nezindlela ezilula zokuhlaziya umdlalo. • Umlando mpilo wombhali. • Imibuzo yokuhlolwa okumiselwe imigomo nezimpendulo ngokulandela izidingo ze-CAPS. • Ngumdlalo olungele amabanga emfundo aphakeme.

Ubhuku Lwamanqe: UEB Uncontracted

Refine Search

Showing 126 through 150 of 176 results