- Table View
- List View
Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Contracted
by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.
Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Uncontracted
by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.
Isiko Nelungelo: UBC Contracted
by Nelisiwe ZuluIsiko nelungelo – incwadi ewumdlalo ebhalwe nguNelisiwe Zulu. Umdlalo ogqamisa isiko kanye nelungelo. Abadlali abasemdlalweni babonakala ngokuthi balandele okukodwa kulokhu okugqanyisiwe. Lapha kudidiyelwe impilo yesikhathi sakudala kusabusa kukhonjwa ngophakathi kanye nesempilo yanamuhla lapho abantu sebebuswa amalungelo nonembeza. Umdlalo ogabe ngobummeleli, obumbangi nobelekeleli. Zifundele wona ukusukela esingenisweni uze ufinyelele esiqongweni sawo. Zikhethele mfundi ukuthi wena uhambisana nesiko noma ilungelo. Funda lo mdlalo ngesineke mfundi.

Isiko Nelungelo: UBC Uncontracted

Isijeziso
by Adelheid Marie Bwire TRANSLATED BY Foundation phase teachers UmlaziIsizulu – First sentences
Isijeziso
by Adelheid Marie Bwire TRANSLATED BY Zanele Ndlovu and Zanele ZumaIsizulu – First sentences
Isihlahla esihambayo
by Gordon hart and Sean Hart Translated by — Cynthia NxeleisiZulu — First sentences
Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC contracted
by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. RadebeThis IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.
Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC uncontracted
by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. RadebeThis IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.
Ingozi
by Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele Buthelezi TRANSLATED BY Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele ButheleziIsizulu – First words
Ingane kaKumbana
by Ingrid Schechter TRANSLATED BY Umlazi Intermediate TeachersIsizulu – First sentences
Indoda ende elingana nendlulamithi
by Corneliuns Gulere — Transleted by Swarathe ViolinisiZulu — First sentences
Indlovu eyayithanda izinto
by Judith Baker and Lorato Trok — Zimbili DlaminiisiZulu — First sentences
Indaba exoxwa nguMlilo
by Deborah Namugosa Beatres Nabune Alison Tukei and Rose Sabano — Translated by Zanele Ndlovu and Zanele ZumaisiZulu — First sentences
Impicabadala: UBC uncontracted (Isizulu Ser.)
by DlaminiUkwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo. Divorce has adverse effects on the children of the divorced couple. It becomes even worse when the said parents remarry.
Imizwa
by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi – TRANSLATED BY Doris DingisoIsizulu – First words
Imibala Yothando
by Dumisani HlatswayoUBhejasi Khoza aphume ngesango lesikole ekhabuzela. Ngemuva ulandelwa yisixongololo sabafana bezikhothane abazibiza, ngamaDiamonds. Baphikelele kudekude eJabulani Mall nokuyilapho bayoqhudelana khona nelinye iqembu lezikhothane, amaBlingstas. Selokhu kwathi nhlo uSinenhlanhla akakaze ezwe ngomqhudelwano wokukhothana. “Sne, kufanele nathi sihambe siyobona laba bafana bezikhothane ukuthi bakhothana kanjani.” Kuhlongoze umngani kaSinenhlanhla, uThando Mabhena. Kusuke isidumo lapho sekuqhudelwana. Kuthelwane ngawe jusi kanti futhi kuphonswane nangawe khekhe. Kuthe lapho uBhejasi esebona nobuso obuhle bukaSinenhlanhla esixukwini sababukele, abe nomunye umfutho nje. Phela ukuthi uyazifela ngoSinenhlanhla kuyobe kungukwengula phezulu nje: uyomthanda iShayina ize ihlangane ne-Afrika, kanti nemifula ize yeqe ngale kwezintaba! Yize noma kuthiwa ayikho intombazane engala uBhejasi bese kugcine yona, kwangathi lapha kuntombi kaNjilo kuthanda ukuba ngumqansa. Yingoba uSinenhlanhla akayena uthathekile njengamanye amantombazane aseSoweto. Usebenza ngokuzikhandla esikoleni kanti futhi uzimisele nokuphumelelisa amaphupho akhe. Ngisho kwabukhazikhazi nobulengalenga bukaBhejasi abusho lutho nje lapha kuye. Kazi iyozala nkomoni!
Imibala eyisikhombisa yothingo lwenkosazana
by Caren Echesa – TRANSLATED BY Pumla MdontswaIsizulu – First words
Imfihlo yaseMapungubwe kanye nezinye izindaba
by Barbara Herbert Bob Herbert and Ruth PresslerIsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6