Browse Results

Showing 51 through 75 of 176 results

Zibanjwa Zisemaphuphu Inoveli Namanothi: UBC contracted

by Mm Masondo

Baqinisile abadala uma bethi zibanjwa zisemaphuphu. Le ndaba ibhalelwe intsha esafunda isikole, ibhalwe ngolimi olusezingeni eliphezulu futhi iheha ngangokuthi ngeke uyibeke phansi uma usuke wayithatha wayifunda. Kusa kusa. Kule ndaba sethulelwa intombazane esencane enguNomusa edabuka esabelweni nezithola isiyofunda esikoleni samabanga aphakeme edolobheni. Ngabe kwenzekani uma e ka esikoleni esisha esisedolobheni? Ngabe uyaguquka yini uma e ka kulesi sikole? Ngabe uyashesha ukwejwayela? Ngabangani abanjani ahlangana nabo? Indaba iyenzeka ngenkathi kunemidlalo eyahlukene lapho abafundi bekhombisa amakhono abo kwezemidlalo. UNomusa simthola ehlangana nomfana ocula umculo kamasikandi ofunda khona lapho kuleso sikole. Ngabe ukuthatheka kwakhe yilo mculi osafufusa kumlethela ziphi izinkinga? Bagcina beluhlobo luni lwabangani laba ababili? Ngabe bagcina bengabangani nje noma bagcina sebedlala ngegeja kuziliwe? Othisha, umphakathi kanye nabanye babafundi bayibheka ngaliphi iso le ndaba? Ngabe bathola miphi imiphumela ngalokhu kujaha kwabo izinto ezindala kunabo? Zonke izimpendulo zale mibuzo ungazitholela ngokuthi uzifundele wena mathupha le ncwadi!

Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Uncontracted

by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi

• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.

Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Contracted

by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi

• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.

Impicabadala: UBC uncontracted (Isizulu Ser.)

by Dlamini

Ukwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo. Divorce has adverse effects on the children of the divorced couple. It becomes even worse when the said parents remarry.

Imali Yezipoki

by Sandile Ngwenya

Lena yindaba kaSgegede omkhulu wakhe wayengcwatshwe nezindathane zemali, ohlolelwa yinyanga aphinde aphuphe uyisemkhulu uMuzikayifani emnikeza umcebo. Ugubha lo mcebo wemali yakudala ethuneni elisendlini yezinja epulazini asebenza kulo nalapho uyisemkhulu ayesebenza khona. Ngosizo lomngani onguchwepheshe wezamakhompiyutha uyaphumelela ukuyishintsha le mali eGoli. Ukuqubuka esikhaleni kwakhe nomuzi wakubo obudla imbuya ngothi, kudonsa amehlo, kuvuse nomona ongayiwa. Unembeza uyamudla uSgegede. Izimbangi zakhe ngalo mcebo zilahlisa ithemba ngekusasa eliqhakazile. Inyanga enolwazi ngalo mcebo, abantu abangaziwa ngisho namaphoyisa imbala awufuna ngamehlo abomvu lo mcebo. Ingabe iyozala nkomoni...

Imibala Yothando

by Dumisani Hlatswayo

UBhejasi Khoza aphume ngesango lesikole ekhabuzela. Ngemuva ulandelwa yisixongololo sabafana bezikhothane abazibiza, ngamaDiamonds. Baphikelele kudekude eJabulani Mall nokuyilapho bayoqhudelana khona nelinye iqembu lezikhothane, amaBlingstas. Selokhu kwathi nhlo uSinenhlanhla akakaze ezwe ngomqhudelwano wokukhothana. “Sne, kufanele nathi sihambe siyobona laba bafana bezikhothane ukuthi bakhothana kanjani.” Kuhlongoze umngani kaSinenhlanhla, uThando Mabhena. Kusuke isidumo lapho sekuqhudelwana. Kuthelwane ngawe jusi kanti futhi kuphonswane nangawe khekhe. Kuthe lapho uBhejasi esebona nobuso obuhle bukaSinenhlanhla esixukwini sababukele, abe nomunye umfutho nje. Phela ukuthi uyazifela ngoSinenhlanhla kuyobe kungukwengula phezulu nje: uyomthanda iShayina ize ihlangane ne-Afrika, kanti nemifula ize yeqe ngale kwezintaba! Yize noma kuthiwa ayikho intombazane engala uBhejasi bese kugcine yona, kwangathi lapha kuntombi kaNjilo kuthanda ukuba ngumqansa. Yingoba uSinenhlanhla akayena uthathekile njengamanye amantombazane aseSoweto. Usebenza ngokuzikhandla esikoleni kanti futhi uzimisele nokuphumelelisa amaphupho akhe. Ngisho kwabukhazikhazi nobulengalenga bukaBhejasi abusho lutho nje lapha kuye. Kazi iyozala nkomoni!

Oxford Inkanyezi Incwadi Yomfundi Ibanga 12: UBC Uncontracted

by T. Buthelezi J. Hadebe F. Kheswa M. Khumalo N. Mlangeni H. Ngema

I-Oxford Inkanyezi uhlelo loLimi lwaseKhaya olunothisiwe, olusetshenziswa ngothisha abafundisa lolu limi eNingizimu Afrika yonke. Konke okuqukethwe yilolu hlelo kunohlonze, kanti futhi kuphinde kugcwalise izidingo ze-CAPS. Izindikimba zihlelwe ngendlela yokuthi zihambelane nezidingo zeCAPS. Lokhu kwenza kube lula ukusebenzisa lolu chungechunge lwezincwadi. Inika abafundi isisekelo esinohlonze esizobasiza ukuzilungiselela ukuphumelela ngamalengiso ekuhlolweni kwabo. Uma usuke wazisebenzisa izincwadi ze-Oxford Inkanyezi, kuyohlala kuyizona oyozikhethela impumelelo yakho egunjini lokufunda nasekuhlolweni. Othisha basebenzisa i-Oxford Inkanyezi ngoba: • okuqukethwe kule ncwadi kunothile, kumayelana nezimpilo zabafundi, kudidiyela futhi kuhlanganisa bonke abafundi ukuqinisekisa ukuthi bahlala benomdlandla wokufunda onyakeni wonke • imisebenzi yokwengeza nokwelekelela ibandakanya abafundi abasemazingeni okufunda ahlukene • ukugxilisa okufundisiwe ngokwenza imisebenzi kunika abafundi ithuba lokuzejwayeza kanye nokugxilisa amakhono okuyiwona asemqoka • imisebenzi emayelana nemibhalo yobuciko inika abafundi ithuba lokuthuthukisa ikhono lokuhlaziya imibhalo • isahluko esinezikhali siqukethe amathiphu okuhlola azosiza abafundi ukuthola ulwazi olusemqoka, amathiphu, kanye namakhono abangawasebenzisa uma bezisebenzela ngokwabo ukulungiselela ukuhlolwa nokuphasa ngamalengiso ekuhlolweni kwabo • amaphepha okuhlola ayizibonelo, anika abafundi ithuba lokuzejwayeza indlela yokubuza futhi abacijela ukuhlolwa kwabo • wonke amathuluzi okuhlela enziwe, futhi ayafothokhopheka, onga isikhathi sikathisha aphinde asize ukuqinisekisa ukuthi ijubane abafundisa ngalo abafundi liyilona • uhlelo lokuhlola lunika othisha umhlahlandlela ocacile kanye nezikhali ezilungele ukusetshenziswa ekuhloleni okumiselwe imigomo kanye nasekuhlolweni kwaphakathi nokwasekupheleni konyaka. I-Oxford Inkanyezi inalezi zingxenye ezilandelayo: Incwadi Yomfundi, Isiqondiso Sikathisha kanye neCD yamahhala ukulekelela othisha.

Oxford Inkanyezi Incwadi Yomfundi Ibanga 12: UBC Contracted

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC uncontracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC contracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Umngani wami uKhokho

by Ursula Nafula TRANSLATED BY Phumy Zikode

Isizulu – First Paragraphs

UMondli noMbali bavakashela ugogo wabo

by Violet Otieno TRANSLATED BY Margaret Nokuthula Zondi

Isizulu – First Paragraphs

UYebo nezimuzimu

by Ntombifuthi Ncwayiba TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

UZama intombazanyana ekhuluma kakhulu

by Gaspah Juma ADAPTED BY African Storybook and Zimbili Dlamini

Isizulu – First Paragraphs

Uthaqa wezwe emaphandleni

by African Storybook TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

Ubuhlakani bukaNomusa

by Zandile Malaza – TRANSLATED BY Zanele Zuma

Isizulu – First Paragraphs

Umhlangano womndeni

by African Storybook TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

UTsheketshe usindisa uJuba

by Kholeka Mabeta and Judith Baker ADAPTED BY Pumla Mdontswa and Zanele Zuma

Isizulu – First Paragraphs

Usozimfihlo

by Linda Liphondo and Sbusiso Boikanyo TRANSLATED BY Zanele Zuma

Isizulu – First Paragraphs

Uhambo lukaXikochimani

by Hlekane Paulinah Baloyi TRANSLATED BY Zanele Zuma

Isizulu – First Paragraphs

Asikwazi ukudlala ndawonye

by African Storybook – TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

Uthaqa wezikole

by African Storybook TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

UDada noJuba

by Nwabisa Dumela – TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

UFudu uthola indlu yakhe

by Maya Fowler

Isizulu – First Paragraphs

UNaka noNala bakhuluma ngomhlaba

by Connie Makgabo TRANSLATED BY Zanele Ndlovu

Isizulu – First Paragraphs

Refine Search

Showing 51 through 75 of 176 results